
South African Gospel singer-songwriter, Senzo Khumalo is here with another awesome and well-composed song titled “Sewuvele Wenzenjalo”.
What a marvelous song to Stream And Download “Senzo Khumalo – Sewuvele Wenzenjalo”
Download Sewuvele Wenzenjalo Mp3 By Senzo Khumalo
Sewuvele Wenzenjalo lyrics By Senzo Khumalo
Aw sewuvele wenzanjalo
Yebo we Jehova wang’phendula
Aw sewuvele wenzanjalo
We Jehova wang’phendula
Wang’vulel’iminyango evaliwe
Ngiyabonga
Baba ngiyabonga
Sewuvele wenzanjalo (Sewuvele wenzanjalo)
Aw we Jehova (We Jehova wang’phendula)
Wang’vulel’iminyango (Wang’vulel’iminyango evaliwe)
Ngabona sengingaphesheya (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Wang’vulel’iminyango (Wang’vulel’iminyango evaliwe)
Aw Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Bengiyoba yini na
Kube Wena ubungahambi nami
Ngiyabonga
Wayiphendul’imithandazo yami
Ngasengililahlil’ithemba
Sekungekh’engakwenza
Wena wangibonis’ubukhulu bakho Baba
Ngiyabonga
Wang’vulel’iminyango (Wang’vulel’iminyango evaliwe)
Bethi angeke ngingene (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Bengiyoba yini na (Wang’vulel’iminyango evaliwe)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Mase ngithi sekuphelile ngami (Sewuvele wenzanjalo)
Wena wangenzel’isimanga (We Jehova wang’phendula)
Simakade bengithi kuyophel’endleleni (Sewuvele wenzanjalo)
Wena wangenzel’isimanga (We Jehova wang’phendula)
Wang’vulel’iminyango (Ngiyabonga)
Eyayivaliwe (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngokung’phendula Jehova (Ngiyabonga)
Wang’vulel’iminyango eyayivaliwe
Baba ngiyabonga
Ngokung’phendula Jehova
Abantwana sebedlil’ekhaya (Wang’vulel’iminyango evaliwe)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Sewuvele wenzanjalo (Ngiyabonga)
Wang’vulel’iminyango (Ngiyabonga)
Ah Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Simakade (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Wangiphakamisa ngingelutho (Ngiyabonga)
Wayivul’indlela ogwadule (Ngiyabonga)
Wavul’imfula kwahlongasile (Ngiyabonga)
Benguwubani na ukuthi ungithande kangaka (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga
(Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga